Official source
Source domain: mandeni.gov.za
Collected on 15 July 2026
Always confirm details on the official source before acting.
Read out of this document by Govermate's AI, in its own words. Each one quotes the line it came from — confirm on the official source before acting.
Driving Licence Testing and Service Centre
The Mandeni Local Municipality has opened a new centre where residents can apply for learners' licences, pay fines, and handle vehicle-related services such as testing and registration. This facility aims to improve access to these services and reduce the need for long-distance travel.
Mhlaka 04 KuLwezi 2025, kuqopheke umlando ngaphansi kuka Masipala wase Mandeni ngesikhathi ungqongqoshe wezokuthutha nokuhlaliswa kwabantu uMnu. Siboniso Duma, ehambisana no Meya wase Mandeni, uKhansela Thabani Mdlalose bevula ngokusemthethweni isikhungo sezincwadi zokushayela lapho amalunga omphakathi ezokwazi ukwenza khona izincwadi zokushayela, ama-learners license, ukukhokha izinhlawulo, ukuthelela izimoto nokunye okuningi okutholakala esikhungweni esifuze lesi.
Reference
https://mandeni.gov.za/ingqophamlando-kuvulwa-isikhungo-sezincwadi-zokushayela-emandeni/